Ufikelelo olugengenezi
Ummomo

Ukufikelelo olugengenezi luyiqoqo lezimiso kanye nohlu lwemikhuba lapho izincwadi ezinelungelo lobunikazi zilethwa kubafundi mahhala ngaphandle kwezindleko zofikelelo noma ezinye izithiyo. Lapho ufikelelo olugengenezi luchasiswa ngokuqinile (ngokwencasiselo yowezi-2001), noma ufikelelo olukhululekile, izithiyo zokufanisela noma zokusebenzisa kabusha nazo ziyancishiswa noma zisuswe ngokusebenzisa imvume egengenezi yelungelo lobunikazi, elawula ukusetshenziswa komsebenzi ngemva kokushicilelwa. [1]
Inhlozingo eyinhloko yombutho wokufikelelo olugengenezi beyisezincwadini zocwaningo ezibuyekezwe izingcweti, ikakhulukazi kumihela yakwangqondonkulu. Lokhu kungenxa yokuthi:
- Izishicilelwa ezinjalo zibe yindaba yenkinga yezishicwanjalo, ngokungafani namaphephandaba, omagazini kanye nokubhala izinganeko. Umehluko omkhulu phakathi kwala maqembu amabili ukujombulluka kwesidingo : kanti uhlelokufunda lobucikomazwi besiNgisi lungafakelela uHarry Potter kanye ne-Philosopher's Stone ngenye indlela yesidlangala somphakathi, njenge- A Voyage to Lilliput , inyanga yegumbi lezimo eziphuthumayo eyelapha isiguli ngenxa yobuthi be- urushiol obusongela impilo ayinakufakelela isibhalwa sakamuva, esikhokhelwayo kulesi sihloko [2] ngesibhalwa selungelo lobunikazi eliphelelwe yisikhathi esineminyaka engama-90 [3] esanyatheliswa ngaphambi kokusungulwa kwe- prednisone ngowe-1954.
Amaphatho
[hlela | Hlela umthombo]- ↑ Cite error: Invalid
<ref>tag; no text was provided for refs named "suber overview". - ↑ Elder B. Plant Dermatitis. p. 613–638. https://www.emed.theclinics.com/article/S0733-8627(24)00041-5/abstract.
- ↑ The Toxic Principle of the Poison Ivy. p. 2736–2738. https://pubs.acs.org/doi/pdf/10.1021/ja01327a064.